Mayoral Tour to Coastal KZN TVET College.

Mayoral Tour to Coastal KZN Tvet College. Lube yisasasa uhambo lukaSodolobha woMkhandlu waseMshwathi ,umhlonishwa ubaba uMandla Zondi kade ephelezelwa abalunga e EXCO okubalwa kuwona u Somlomo womhkandu uMama uSibongile Mbatha-Ntuli, Cllr SK Nxumalo, PR Cllr Mzwandile Majozi, PR Cllr Philile Shezi bese kuba abasebenzi bakaMasipala abebeholwa uMunicipal Manager Manager uBaba uMabaso.

Leli thimba lakaMasipala libe selamukelwa ngezandla ezifudumele uMphathi weKolishi uMama u IT Msimang naye obehamba nabasebenzi base Kolishii.

Loolu hambo oluthathe izinsuku ezimbili luqale kulona leli sonto ngoLwesibili kwaze kwaba izolo ngoLwesithathu. Inhloso yaloluhambo bekuwukuvakashela wonke ama campus ase Costal college ukuze sibone ukuthi imaphi amakhono abawaqeqeshayo ukucija ababantu abasha bese ke sisayina isivumelwano sokusebenzisana.

Injabulo ibibhalwe ebusweni kumhlonishwa uMancinza owusodolobha ngesikhathi behambela lama campus. ube esecacisa ukuthi kubaluleke kangakanani ukuqeqesha amskhono abantu abasha kulesi sikhathi samanje, njengoba kuyibona abacwile ezidakamizweni nakuzozonke izinto ezingalungile ngenxa yokungasebenzi nokungabinawo ama skills afunekayo kwimakethe kuleskhathi samanje.

Ithimba laseKolishi ebeliholwa u Mrs Msimang libe selihola ithimba laseMshwathi ukuthi lizionele amakhono aqeqshwa kulezi zikhungo zeKolishi:

(A) Hammasdele Skills Training & Trade Testing Centre*, yona eqeqesha lama khono:

  1. Steel Fabrication:
  2. ⁠2. Aluminium
  3. Furniture Making
  4. ⁠4. Sanitary Pads
  5. Toilet Paper
  6. Truss Fabrication
  7. Occupational Training
  8. Bricklayer
  9. Plumber
  10. 10.Painter
  11. Carpenter
  12. Welder
  13. Electrician
  14. Plasterer

B) Sumsung Engineering Academic*

  1. Electronics
  2. Airconditioning
  3. Refrigeration

(C) Tooling centre of Excellence

  1. Conventional Lathe
  2. Conventional Milling
  3. CAD (Using Solid Edge Catia and NX)
  4. CNC Manual Programming
  5. CNC Tool setting
  6. CNC Machining
  7. Design (Basic)
  8. Design (Advanced)
  9. Cam
  10. 10.Trophy Manufacturing

(D) Durban Campus

  1. Salon

(E) Umlazi V campus

  1. Agriculture
  2. Printing & Graphics 3. Plumber
  3. Carpenter
  4. Cabinet Making
  5. Bricklayer

(F) Enterprise Development Unit (Swinton Campus)

  1. Co-operatives Training
  2. SMME Training
  3. Computer Training
  4. Mentorship
  5. Tendering
  6. Business Planning
  7. Costing & Pricing
  8. Retirement Readiness Training
  9. Ward Councilor Upskilling Courses

(G) Swinton Campus Skills Centre.

Toyota Workshop*

  1. Motor Mechanic
  2. Electronics
  3. Mechatronics
  4. Fitter & Turner
  5. Electrician

Tourism & Hospitality

  1. Bakery
  2. Chef Training
  3. Decoration

Abaholi baseMshwathi babheme bakholwa ngabazibonele kona kulezi zikhungo. Kube sekusayinwa ngokusemthemthweni isivumelwano sokusebenzisana phakathi kwe Kholiji noMasipala. Abaholi babonge uMnu Simphiwe Mngoma ongu Managing Director of National Application Centre ngokuthi abe ngumxhumanisi walezi zikhungo.