Uthele izithelo u Operation Sgalelekile .
UMkhandlu kaMasipala waseMshwathi uhlele ngokubambisana no Mnyango Waka DSD ukhukhulela ngoqo wembizo ebizwa ngokuthi u OPERATION SGALELEKILE. Lembizo beyibanjelwe kaWard 4 oZwathini ngaphansi kuka Cllr Njabulo Cebekhulu. USomlomo walo Mkhandlu uMama Sibongile Mbatha Ntuli ubongele abantu baka Ward 4 ngokuthola ithuba eliyingqayizivele lokuthola izindingo zabo zifike endaweni eyodwa.

Ukhansela wakule Ndawo ubonge yonke iminyango kaHulumeni ekubalwa kuyona u DSD, Health, Home Affairs, SAPS, Community Safety and Liaison, Life Line kanye neminye ngokuthi balethe izinsiza kubantu baka Ward 4.

Inkosi yakule ndawo yasoZwathini ubaba uMthuli naye ubonge ukusebenza ngokubambisana noMasipala waseMshwathi kanye neminyango yonke kaHulumeni
